IGCAGCELE esokeni isitimela sempilo sakwaTransnet, iPhelophepha, sihambela indawo yaseMakhwezini, KwesakwaMthethwa, eMfolozi, ukuhambisa usizo lwezempilo olunhlobonhlobo.
Uma uyishaja endaweni esheshayo iDC charger njengoba ingakwazi ukufaka enomlilo ongu-350kW, bathi isuka ku-10 iye ku-80% ngemizuzu engu-25.
MAKHULU amathuba okuthi isifundazwe iKwaZulu-Natal sikhale semuke nesicoco salo nyaka ohlelweni iBig Brother Mzansi. Lokhu kusho ukuthi izoba mine iminyaka ilandelana lesi sifundazwe simeleleka kahle ...
UMiguel Cardoso oqeqesha iMamelodi Sundowns uchazwa wumkhuba wabalandeli be-Orlando Pirates wokweseka izitha zabo.
KUKHULU okushaya amanzi ngobudlelwano bezikhulu zamaphoyisa nosombhizinisi obhekene noxhaxha lwamacala, uMnuz Vusumuzi 'Cat' Matlala, njengoba bulokhu buvelile ubufakazi bokuthi uMatlala ubefana noFat ...
IHLANGANISA izinyunyana zabasebenzi bakahulumeni, impi yokulwa nokunyuswa kwemali okwenziwe yi-Government Employees Medical ...
Injabulo kuvuselelwa inkontileka kaLT General Nhlanhla Mkhwanazi ...
URamaphosa okusho lokhu ngesikhathi evula ingqungquthela yezokuthutha eGoli, izolo, uthe uma kuphazamiseka imigwaqo kulahleka u-R1 billion emnothweni ngosuku. "Sihlela ukulehlisa inani lezingozi ...
AMAPHOYISA akholelwa ukuthi umlisa oboshelwe icala lokubulala ufakazi owethula ubufakazi ngokuyimfihlo kwikhomishini ephenya izinsolo ezenziwa uKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal waqashelwa ...
ULISEBENZISILE ithuba lokuqala alinikwe eqenjini lesizwe elikhulu lekhilikithi umshwibi osemncane waKwaMashu, uNqobani Mokoena.
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uMiguel Cardoso ufisa ukuya emdlalweni weCaf Champions League esebuyele esicongweni kwiBetway Premiership.
UTUSE amava kaHendrick " Pule" Ekstein noThabiso Kutumela, uSimo Dladla oyiphini lomqeqeshi kuMaZulu FC, ezakhe ziguqisa iRichards Bay FC emdlalweni weBetway Premiership wabakhaya baKwaZulu-Natal.